Bhuti omncane

Part 1

by nokwenza

Ubhuti omncane

Igama lami ngingu Zongile ngina 29 years ubudala. Ngihlala eflethini eNorth beach ngedwa vo ngisebenza khona la edolobheni . Ngizalelwe endaweni yase Dududu ngakhulela khona ngizalwa insizwa umbhekwa Nomama wami u Athini, basizele sibabili nje kuphela mina nobhuti wami uLwazi osena 18 years ubudala. Indoda yami uNkululeko sisaxabene mpela naye kwazise ezinyangeni ezimbalwa ezedlule ngimbambe nentombi eflethini lakhe e Glenwood, sekukaningi ngimxilela but this time angboni sobuyelana usenghlukumeze kakhulu ekhala ngokuthi mina angfuni sihlale ndawonye yingakho efeba. Mina ekhaya ngafundiswa ukuthi indoda iyalobola anivele nikipite nje. 

Ngimziba mpela yena, futhi ngoba nakhu uDecember manje ngivele ngakhetha ukuvakashisa umfethu omncane uLwazi ukuze engeke nashansi eyokungincenga afike la eflethini lami uNkululeko. Ngeke mje ngimxolele kulokhu usedlale kakhulu ngami engfebela ngimxolela.

Sihleli kahle kakhulu noLwazi eflethini kwazise ujabule naye, mangisemsebenzi uyakwazi nokuya ebhishi ayobona abantu nezikole zivaliwe iTheku ligcwele phama. Shuthi kuthangi ngithe ngivuka ekseni ngiba mina ngilala ekamerweni yena ulala e dining kwi sleeper couch, nginothise ukuth ngathi la alele khona kulunguze iphenti lami. Ngazbuza ukuthi libekwa yini kodwa kusofa, hlampe ngiliwise ngephutha khona ngiyokwenza I washing ngalalisa ubhuti wami nedilozi. Ngalithatha fast vele ulele yena, ngayolishutheka kwi washing e bathroom. Ngibe sengiqaphela ukuthi lithanda ukuba manzi but nganganaka.

Izolo mangbuya emsebenzini benamahlonyana uLwazi angazi kwenzenjani. Ngyasola kukhona akbonile, ngibuye ngikhumbule eyephenti shuthi ulibonile bandla Waze walala nalo Shem ubhuti wami. 

Mangiqeda kugeza eshaweni ngigezela ukulala ngingene ekamerweni ngingasavali nakahle vele ngihleli nobhut wami kphela. Ngigcobe umzimba wami omuhle ofresh ophuphuzela uboya kwazise ngizphethe kahle anginangane futhi abafana angibashintshanisi. Amabele bezinqa ngiphiwe nginalo nje

Comments

Please log in to add a comment.