Eii ingsoke kabuhlungu lenja even nejwabu ilijuqule nge razor ...iskero sikhona..an shuthi vese amagazi ethu ayengatholan ..ngoba nami ngangibukela nje esengxoxisa ezincengela ekbeni ade englimaza kanje.....ngathi sengvuka ebhentshin sengyothatha amaphilisi..ewuuu nangu lo sistera ebuya....ngavele ngayijuba... "Sorry dokotela....impela asondele °°yin maje mfana ufunani??...angisho usuqedile?? "Impela dokotela koda bengfuna kube uwena ongsokay kodake aksenan....ewuu cha umnandi sistera mina ngeke ngikwazi ukthula ngalento....kthiwa into emnand iyaphindwa ...sengshol ukuth hlampe mangaba u M'boi wakho nje ozochitha ngaye isizungu since ushilo ukuth i ankeli alishovu kahle endlin.... °°eii wena ngane ngazongibhedel Wena nayi ingane bo...ngthe leyanto izophelela khona laphana...futhike angsiy untanga wakho...ngimdal kabi kuwean....suka la futhi...uthathe ibhandishi lapha e boksin....esho eshikila ehamba ewuuu madoda...ngthule ngyambuka ngize ngphazanyiswe iloku kwathisha uGwebu....esethi"eyii wena Samkelo..musa ukonakala marnn umbukan umtomdal izinqa🤨.. °°cha sir bengabuk yena bengbuka imdwebo le odongeni ""Ohh..phuthumake uthathe ibhandishi...bese uyodla ebhasini....eish lapho ngyasho ngenhliziyo ukuth ewuu madoda kodwa unngenzen lodokotela...kant ngaphandle khona izinto ezimnand kanje...loku kwentomb yam u Snerh bekudlala ngam sonke leskhath 😏....eish nalento isiqalile iyansonsotha manje...ngasho ngcathula ngilibhekise ebhasin lapho eii inqondo yami isikhubazekile manje...lomunt angimphindanga nje...futhi angeke ngsaphinde ngimbone ekbeni engenze nje...aii ngeke ....lapho igenge ngfika ngyayixoxel ebhasin isibuza ukuth mina indaba ngthathe iskhath eside kanjeyana bengsaba yin ?? Kanti cha Luthor bengsejerusalema tlitlitli eii...yabona futhi
Please log in to add a comment.