Waze wangigila umngani ngendoda yami - Part 1

Part 1

by nokwenza

Igama ngingo nombulelo ngina 30 iminyaka ngangino mngani I gama lakhe u snenhlanhla singabangani abakhulu aii vele u snenhlanhla wayebathanda abafana futhi wayethanda no mkhuba 

Aii nangempela ngelinye ilanga u snenhlanhla angibize athi kimi siyophuza kune party ekibo ngingeza nendoda yamii uma ngithanda😭

Aii nangempela ngifike nendoda yaMii😭kuphuzwe kube mnandii kujabulwe lapho kugcwele and I space sokulala sincane kubo snenhlanhla 😭😭💔

Ngimbuze usnenhlanhla ukuthi singalalaphi sinendoda yamii athi siye e roomin lakhe nangempela sifike silale nendoda yami ngibone u snenhlanhla esengena esethi cela simuncengise akazi uzolalaphi aii nangempela simcengise indoda yamii ilale emaphakathini😭 

U snenhlanhla udakiwe mzuzu lowo avele acime I light kanti umuntu uyakhumula konke ne skhindi angene engubeni u snenhlanhla avele adunusele indoda yamii😭

Comments

Please log in to add a comment.