Syasizana Mzala

Part 2

by nokwenza

Syasizana mzala🍆" 2

Aii sfike and kubemnand sjabulelane ...athi njengoba u mamncane angajafiki ayikho inking singashinstha izimpahl bese silula iyinyawo askhombise indawo nje yangalana ... impela vele ukuqaqeka ngyakudinga phela nanokuthi iyingane zangalana zibone ukuth khona ibhungu elisha elifikile....eii kyasho ukuth isemakhaya lana amantombazane awekho nhlobo saze sojika ngasestol lutho ukbona noyedwa u cc ..

..aii vele sbuyela endlini nomamncane sekafonil ukuthi usesendlelen ebuyayo.... And wathi efika ajabule naye yabona nje ancome ukukhula kwethu ajabule nje impela....shuth vese sekfika iskhath sentambama and athi akungaphekwa namhlanj uyacel ukuth mina nosthani umzala sluleke syojika lana ebhusha sthenge inyama ka R300 kuzolalwa kudliwe yona.....aii impela sambe  lapho ngyabikelwake mina ukuth kazi leyobhusha esyakuyo ayikho kude yini.....eii endleleni shuth sesyaxoxa ke no girl and kubengath ade sazana intombazane nje ephaphile akanaw nhlob amahloni nkosym uStharh.....angbuze ukuth kukanjan eThekwin ngfund ugrade ban...intomb ngnayo yini.. yabona nje eminye yembuzo ngingayiphenduli cause vese ayinasdingo ....and ngyabona ukuth eii sizoqhathwa ikhona ke ukphapha kwakhe u cc.....athi uyajabula ukuth sivakashile naye usezothola umunt azolala naye cause umawakhe asho uMancane athi ungumunt shuthi obhizi ohambayo....

"Aii khululeka mzala...nam vese besengbhorekil ngale eThekwin..ngacel ku marh ukunivalashel ngalana ...

Sambe sxoxa nje eii koda indlela enza ngayo ucc ..ngize ngbuze ukuth kwenzakalani manje.... cause wavele wasuka wangibamba isandla wangigaxa ....manje nababukayo sengathi syathandana or hlampe ngindoda yakhe kanti lutho......

...and avele athi uyasaba yena lomgwaqo esizodlula ngakuwona kvamise ukuhamba iyinkomo manj uyazisaba😳..angithi nqii isandla...lapho angbon ngisho eyodwa inkomo lana..umgwaqo omkhulu nje ohamba abantu....and beside lokho kwamina ngulokishi impela koda inkomo ayikaze nje yadla muntu....aii klungil ngikyekel lokho nginga

Comments

Please log in to add a comment.