Kube nomsindo wamaCele beze behamb beyeKameren lamkhulu kuseNjalo uThabo esele yedwa eDinning room sekuphel imizuzu ew30 nomsindo nawo suthe ukunciph phela ikamelo lamkhulu liseduzane neDinning room uzwakala ngisho ukhulum🤐 ..kusenjalo kuzwakale enye iKnock meth uYovula uThabo ezithele phezu kwenye indon yamanz😻 oyibonayo ukuth iphum eskoleni lapho imanzi te.. kuyanetha phandle⛈️ "Sawbon ntokazi😊" phela unkabi lo ..Uzilusela izinkomo uthambile olimini ufit, mude, uyabukeka, uyabon nje ukuth amantombazan ayaziqathakele nanephimbo lakhe elinebhesi😛 .. "yebo unguban wen uphi uMkhulu?🤔" ..oohh nguwe uAnelisiwe sengike ngezwa ngawe kant nginoGaz uBaba kanjer noma hlamp kyenziwa ukuthi umanzi😋💦..uAneh abenamahlon "awukahl mzala oooh nguwe uThabo😊 lobehla eGoli😏 uphi uGogo? ufike nobani? Esho ebemgudluza emnyango umbon ukuth usaba nokumbheka emehlweni eqondekamelwen🙈 [Phela uAneh Intombazane esaziphethe kahle kodwa esiyaz ukuth kuyaGangwa ngob nabangan bakhe baseskolen besebeyadliwa] "Ukhon usakhulum nomkhul egumbin lakhe muqed ukushintsha cel ungenzel okudliwayo😌" oryt mzala😏 [Ashintshe uAneh abuye vel indlel iqal eKhishin esuke ekamelwen lakhe lapho segqoke amaPijam wambath nengubulo khumbule kumakhaz pluz unethiwe😪 ..efike enze uTost🥪 wakhe nokaThabo ube ekhulum naye bencokol ehleli eDinning uThabo.. uThabo ungumunt wamancoko noAnele selokhu ehlekile kumnandi😃]
Please log in to add a comment.