Nokwanda

Part 5

by nokwenza

NokwandaP5
😪🤬🤬Ei ngizizwe nginyanya kakhul ' ukuth lomfana uyodla lesinqa esikhulu kamnand kanjema madoda lapho besengisihlelele mina 🤦‍♂️😪 aphinde afike usathane emqondwen athi "Do something" ...🧐🥱 Ay ngvele ngvuke nam fast vele ngigezile ngiqokile ngishitshe ophaqa ngifake iteku inew balance ngilibophe lithi "mfiiii"🧢👟 ngidle icap yam , bese ngithatha induku yam 🦯 ezenza sawisa ngaphambili 🥺🤬 ngidinwe ngyafa  , ngehlike njalo ngiphikelele ngiwele umfula ngigudle ngiye ngalapho eyaqhamuka ngakhona mhla iza kumina ,ngithe ngisahamba nje ngizwe ngenotification, mengith ngyabheka  , ooh ilobhut uthi usefikile eshlahleni ,unokwanda engehla amhlangabeze " sengilana babe woza " 🙆‍♂️😩...

Ngisheshe nam fast manje inkinga imiz yalana mina angyaz kodwa ngyaz unokwanda uhlala khona klezindawo ..lapho sekungo6 sekuqala ukubamnyama 🤦‍♂️😪💔ei ngeke ngbabone ngempela ,..ay ngiqhubeke ngidlule komunye umuzi NJ ay asikho ishlahla ngaklomuzi okungenzeka akukhona , ngiqhubeke 😵..lapho angaz nokuth ngithemben ngihamba emahlathin nasemzin yabantu ngingaziwa😩 nami ngiphushwa wulaka nje 

Ngthe ngisanemncabango NJ eminingi ngizwe ngecall 📱🤫"babe ulalekahle ngzosheshe nglale namhlanj umah akathand sinake amaphone mekhona " ay ngibone sengishawa ngolalela wokgcina shuth useyohlangabeza isoka lakhe😭😭😭😭😭... Ay ngivale iPhone ,ngiqhubeke ... Ngthe ngyezwa 👂 kunabant abakhulumayo mama ngaphambil NJ 🤔😮 mengisondela ngilunguza ,kumnyama ei angbon obani ,ngibone  ngelight kagwayi🚬 mengilalelisisa oooh uNokwanda🙆‍♂️😟  shuth isoka lakhe lel elibhemayo , basaxoxa nje shuth balinde kuphele ugway bese neyahamba neyofakana endlin🤦‍♂️😞 , kubekhona intwethu shonakhona mfana ufike uniphize ngenduku🤼‍♂️🏌️‍♂️ , ay ngbuye ngchabange mesengishawa la or ngiboshwe kthiwa ngahlasela umuntu ngakubo 🤦‍♂️💔😪 ingicike lento engibonayo kodwa ngilinde ngfuna ukbona bazophelelaphi ....

Comments

Please log in to add a comment.