Nokwanda

Part 4

by nokwenza

Namhlanje umgqibeloke ngivuka nje ngihappy ibhadi ๐Ÿ˜…โ˜บ๏ธ๐Ÿ˜‹kwazise ngzolala ngibanjiwe nginamathele kulesinqe ebekade ngisiplanela isonto lonke ,lapho ubabe ngimphathele nezinto ezimnandi ngifuna ukuzoshaya lomfana ngestina manje ๐Ÿฅฑ... Ngimbingelele eksen "good morning sthandwa Sam ngyathemba ulalekahle mina akubuzwa njengoba ngizokbona nje"โค๏ธโค๏ธโค๏ธโ˜บ๏ธ...
"Ngiryt themba " ..๐Ÿ™†โ€โ™‚๏ธEwu ngibone ukuth ai yena ngathi akekho emoodin namhlanje indlela angiphendula ngayo ngath khona okuwrong ๐Ÿง๐Ÿ˜Ÿ ngimbuze babe kwenzenjan ay angafun ukusho bese ngyambuza ukuth sisazobonana kodwa ,besethi akazi๐Ÿ™†โ€โ™‚๏ธ๐Ÿค”๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญ weee iqalek inhliziyo yam ishonaphans  kuthuleke ngthe ngsadideke kanjalo abhale ..."babe ukuth ngath ngeke sisakwaz ukubonana namhlanje sekufone umah wathi uyabuya so akukho Lula mekukhona yena ๐Ÿคฆโ€โ™‚๏ธ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ’” weee hay ngingayikholwa leyo , ngath sengbuyile mbem kuzobakhona into ekanjalo ..angith noNokwanda sasiplane ukuth ngyolala Kubo ,kanokwanda kunomxhaso ongezans komuzi wakubo ulala khona shuth ujwayel ukunyonyobisa isoka lakhe khona nam wayezokwenzenjalo kodwak uthi akukho Lula mekukhona umawakhe ๐Ÿ™†โ€โ™‚๏ธ๐Ÿ™†โ€โ™‚๏ธ๐Ÿ™†โ€โ™‚๏ธ .. ay ngbone ukuth shuth ngibuyele into engekho ngempela kodwa kube nomqondo othi Noma ngingasayanga khona ngqoh kodwa phela kuzomele sbonanil sengingamdunusisa khona ezihlahleni๐Ÿ’ฆ๐Ÿ‘๐Ÿ†๐Ÿคฆโ€โ™‚๏ธ...ay ngimncengek ukuth ngcela sihlangane ngasemfulen ntambama okungenani ,ay nakhona anqabe futh ๐Ÿ˜ฉ๐Ÿ’”๐Ÿ™†โ€โ™‚๏ธ...

Ooh ngikhumbule ukuth ngineFacebook account yakhe ephonin yam nginefull access kufacebook wakhe., ngizitshel ukuth hlampe kwi convo yakhe nosis wakhe omncane khona engzokubona kungakhele umqondo ngalento ayshoyo kumina ๐Ÿคฆโ€โ™‚๏ธ๐Ÿ˜ช... Ay nangempela nginikele khona kufacebook ๐Ÿ˜ฅ๐Ÿ˜ฎ๐Ÿ˜ฎ๐Ÿ˜ฎ๐Ÿ˜ฎ๐Ÿ˜ฎ๐Ÿ˜ฎ ei mengifika ngizithele phezu kwengxoxo yakhe nesokw lakhe ๐Ÿ™‰๐Ÿ™Š.mayeee! Baplana ukubonana  ,....ei kunginyanyise lokhu engikbonayo ngiphume fast nginikele kuwhtpp ngith ngfuna ukuyomtshela ukuth ungiqambela amanga ngyaz akuzi umawakhe kuza isoka lakhe ungenzelan islima ๐Ÿคฌ๐Ÿคฌ๐Ÿคฌ๐Ÿคฌ๐Ÿคฌ

Comments

Please log in to add a comment.