Ngiqunge isbindike Vel namehlo ngyaz akawabon ukuth anokwesaba ngifake ibuko Vel😎, ngizibike ngiwumThimbane Uman T kay1🤫🙆♂️.. hay usis azisho Naye " nginguNokwanda Ncwane phesheya komfula "aqhubeke azikhazeke .. ummh bese ngyamuncoma indlela amuhle ngayo ngintshele ukuth ngimbuke wangichaza ngyafisa nje ukuth sike sibe ndawonye 🥺🔥❤️.. ay ngbone Naye usis ithathekile phela ngigezile ngempela futh ngigqokile qede ngazodedela ucheeze ngazidlela osavanna phela emakhaya bathuswa yinto encane kabi ,ngazuth ngilabobhut abasebenzayo🥲🤩🥳😝 Besethi usis "ay ngyakuzwa themba kodwa singaxhumana ayikh inkinga okwamanj angakob nempendulo yalokh okfisayo since singazani " 🥳🥳🥳💃💃💃 auh ngingabe ngsachita skhath ngikhiphe iPhone yam ngiknike ,azifakele inumber yakhe aze ayisave , bese eyasho uyatholakala kuwhtpp ,ngibonge bese ehambake 💯🥱 ngasho ngenhliziyo ukuth cha ngzomuwina lo ngimbona nasebswen nje uchazekile , ngith ngyambona labehlel khona nalabangan bakhe bayahleka baze bashayane izandla ngibone nje sekukhulunywa ngam ... Liphelek ibhola kugodukwe , mengfika ekhaya nangempela ngiyfonele lengane UNokwanda 📱"hlw nokwanda imina uthemba angaz Noma singaxoxa yin " avume bese ecela ukuth aqale ageze uzobuyeka kumina ngowhtpp , ay ngingab nankinga 👌😊 ..nangempela kungaphel skhathi ngbone NGO"hey themba sesingaxoxa" 📱 ayke ngibe sengimbalela nam nghlala odaben ,phela akasekho eduze kwam aksekho noksaba , ngiyamtshela ukuth cha bengqinisile konke lokh ebengikusho kyena and bengingajabula ngiphindemuva sesiyiphethile inkulumo Yethu futh sesbonene 🔥❤️... Ay besephendula Naye ukuth ,cha uthathekile😋☺️🔥❤️ , singajola kodwa unalo isoka lakhe ngakubo mengizoku understand lokho nje singayenza intoyethu 🤔...ummmh ay ngibe umunt o understandayo ayazik amajita mewusafuna isbumbu uvuma yonkinto Noma ungek uhambisane Nayo🤫😝🙆♂️
Please log in to add a comment.