Ngeke ngikhohlwe into eyangenzakalela ekhaya

Part 1

by nokwenza

Part 1

Ngiyintombazane esencane ngoba ngina 24 ngila endaweni yase Mpumalanga kwamhlanga yaaah ngiwenzile matric ngisahleli nje ngiyazama laphaya naphaya ekhaya sibabili yimi no bhuti wam yena una 28 bese kuba baba no mama bayasebenza bobabili emini ngiba ngedwa skhathi esiningi ngoba bhuti wam udrive ama tex khona la endawe  
Ngine boyfriend yam siyathandana mpela kakhulu ungenza yonkinto loya mfana kodwa ekhaya abakwazi lokho kuthi sengiyadliwa even my brother doesn't know. Nginokuya kuye emin ngibuye ntambama sengizopheka futhi ngiyasazi isikhathi ababuya ngaso emsebenzin abazali bami. Kwenzeka
ngenye mini ngi busy ngiyazishutha nginqunu ngithi ngithumelela my boyfriend #ama Naked ๐ŸŠ ngibeke phone laphaya ngibusy vele ngigedwa and kusemini nje ngithi ngi busy nginjalo kungene ubhuti wami awuuu angizwanga ne khumbi la ima ebaleni ngizwe ngomnyango uvuleka awuuuu wenzan? Kubuza yena๐Ÿ™ˆ Philisiwe...Philisiwe... Ngithi wenzan??? Ngixume ngivele ngivale  inquza ngesandla ngiyeke amabele ngimbone ebuka amabele ngiyeke nquza, ngivale amabele abuke inquza anxaphe aphume lungishaye uvalo, loh uzotshela umama, baba uzongibulala nyaaah. Ubhuti unendlu yakhe khona la ebaleni engu 2 room nje omuhle ngicabange konje yini engamenzela yona angangicebi and ajabule futhi? Ngilithole icebo ngizo clearn endlini yakhe ngimthengele ibhodlela likagologo ngoba uyalithanda, i-VODGA ne 12 yama Henneken ne drink yoku desha iSprite
ngikubeke roomin yam. Bafike omama kudliwe kube mnandi nje kuthi ngabo 20:00 afike abulise ngimlethele kudla athi no uryt ngife nyaaaaah uvalo athi baba boy ryt nje? Wathi yebo, ukuth la emhlaben baba ungathembi muntu. Athuke ubaba no mama awu bese engibuka kabi wathi ngizonixoxela ngisayogeza ngife nyah uvalo. Ubaba akhale ngokukhathala sihlale nomama kancane naye alandele ubaba, mangibheka iskhathi 21:54 ngiye roomin yam ngibuye ne pacel phela ngiqonde straight endlin yakhe.

Comments

Please log in to add a comment.