Ngangithi ngiyaphupha
Part 1
by nokwenzaLena yona ngeke ngiyikhohlwe nhlobo , igama lami uNomzamo ngina 32 yrs iminyaka ngiwuthisha kwesinye isikole lapha endaweni ngihlala emqashweni . Nginomngani wami uThandeka yena oli Nurse ke ..naye uhlala khona eduze kwami ungumakhelwane nalemiqasho engikuyo kodwa kukubo ke yena lapho . Kuthe ngelinye ilanga ngihambile ngaya kuye siyoyihlalela nje kuyiFriday ntambama ..sasithenge nebhodlela nje siyishayela siyijabulele , kanti kuzofika lomfana wakubo omnance uSakhile sisaphuza nje kamnandi ..afike acele ukusi joiner naye . Ay avume uThandeka sibushaye kuxoxwe kube njeya ..ufika nje umfana vele sebusegazini kithi sesixoxela phezulu futhi . Indaba yaqala uThandeka esexoxa nangokushima kwethu ethi yena useyoze ayolithenga ngendlela angasalazi ngayo , ay ngisho ngivuma nami ngiphendula ngokuthi vele amadoda ayasincisha nje ...bafenda kabili balale . Luqhume uhleko , uSakhile uhleli kulosofa ongaphambi kwethu ubheke ngakithi .. ngambona esethule engigqolozele emathangeni , kanti sengihleli kabi vele nami ngivule imilenze kancane . Ngizame ukwehlisa lengubo engiyigqokile ngibona ukuthi umfana useyoze abone izinto zabadala ...sibuye siqhubeke sixoxe futhi bushe utshwala endlini mangithi ngiyabheka futhi uSakhile akasuki emathangeni ami ngamehlo . Phela kusobala njengoba sixoxa sihleka nje sibuye sinyakaze kuvuleke nemilenze kusobala lomfana khona asekubonile njengoba esecwebise amehlo engasaphuzi nokuphuza nje ...ay nami kwaba ngathi angisenandaba nalokho ngayiqhubekela nokuphuza . uThandeka ngamuzwa esekhuluma into engacaci ngabona ukuthi usedakiwe ngampela ke manje , okwamgenza nami ngabona kungcono siyolala manje ..phela nami ngasengizwa ngiqhanyelwa phela utshwala buvele bungiqhanyelise kamnandi masebungene kahle egazini kimi . Ngavele ngasukuma ngathi ngithatha unyawo ngadiyazela wasukuma.
Comments
Please log in to add a comment.