Ngambhebha anti Babhekile
Part 3
by nokwenzaPart 3 . Ngambhebha anti Babhekile: iSabatha eksen ngizimele ngenhla kwesbaya sikababa ngibheke inkomo kuthi ziphelele yn nezimbuzi. Nanguyana Babhekile ushanela igceke kwakhe elokhu ebuka la ekhaya aphakamise isandla engibingelela nam ngivume phela lokhu sagcina kubonana ngesonto mhla ezoboleka ingubo la kwagcina khona sesibhebhene. Mama: unjn kodwa ndodana ulale kahle kodwa Dumisa Me: Yebo mama ngilale kahle Esho ezidlulela eya ekhishini mama , nam ngiqhubeke nokuma esbayeni . Njengoba kuyisabatha nje kuyadliwa kwaKhumalo umulisa amadodakaz akhe athathu wonke umuntu la endaweni ulungela kuya khona. Nebala nam ngathi Uma ngiqeda kusenga ngalunga ngoba phela Kobe kukhona insizwa nezintombi laphaya . Lapho ngineqiniso kuthi Nozipho Mtshali uzobe ekhona phela isesheli Sam leso enhle intombi le nginezimbangi kulentombi nazo zone zikhona . Ngilunge ngivunule ngidinse inkabi yam necibo nginiikele khona ngyodlula ngakwaBabhekile ngimbone engilunguza ngoba ngangihamba ngihuba # "" nomungangizonda kodwa ngizwa kababa mina """. Kulowomzuzu ngihamba ngigudla iqele ngyoshona ehlathini likaGomeni ngibheke kwaKhumalo. Kuyozwaka namhlanje ngifuna kushaya khanda lendoda noNozipho uyobe yakwaz mengavumi namhlanje ngivunule ngyaconsa neshlangu Sam esimnyama indlivaliwe ngikhothile ibiba zamkhulu .
Comments
Please log in to add a comment.