Ngambhebha anti Babhekile
Part 7
by nokwenzaSengiluthilile ucu lwam oluvela kuNozipho iqhikiza lilulethe ngayzolo
Mphe : ngyabonga sthandwa sam
Nozi : ngyajabula nam ngyacela ungadlali ngam
: Windoda engyethembayo
Mphe: ngyabonga kakhulu ngyakthembisa ngzokuphatha Kahle ngikwenze umfaz ohloniphekile
Nozi : kulungile Mphendleni sengicela kuhamba
Mphe:awuthi nngiqabule phela nebala asondele Pho uphethe ezikaMamlambo izindebe sibambane ngikiss omude ngizwe ngathi ngyaqala kuqatshuzwa sivalelisane sahlukane
Ulwesthathu ngisekhishini nomama iyapheka
Mphe: mama
Mama: yb yn wangimeme ngila eduze nje
Mphe: kunento engicela kwazisa Yona njengoba wawuthi sekumele ngithathe manje khona sengimbonile
Mama: uban lowo wakuphi ungalethi imgelemba laykhaya
Mphe: lutho salukaz Sam ngibone intombi eMantshalin
Mama : Yona yiphi?
Mphe:Nozipho
Mama : ngempela Mphendleni ukhethile my boy ngazali nsizwa phela mina ikhethe Yona impela mfana kamama esho ekikiza injabulo
Ngenkathi ekikiza umama ephumela emnyango nanguya Babhekile emnyango ubuka ngala ekhaya washo ephuma kwakhe eza la ekhaya
Babhe: yn kwenzenjn makhe wakikiza jabuliswa yn
Mama : ey ngyakuhlebela nje sekuzongena makoti laykhaya kulowomzuzu sengselawini lam ngyabezwa bekhuluma ngyasho nje ngenhliziyo kuthi uyaphi kodwa laykhaya lomfaz nomama akanasfuba
Baba kuqeda nje waqonda ngqo elawin lam
Babhe : haw sekukulungele
Mphe: yb anti
Babhe: edonsa umoya khona nifanele futhi uthole intombi iyahlonipha leyangane
Mphe: ngyabonga anti inhle Yona ngyakthanda
Babhe : ngyakbongela inkingake ukuthi angzizwa Kahle ngisola engathi ngimithi futhi eyakho ingane
Haw anti ngamane ngaquleka
Comments
Please log in to add a comment.