Ngadlana Nosisi Omdala

Part 1

by nokwenza

Kodwa benza ngani labocc asebekhulile ukuthi babemnandi kangaka? Nimnandi ladies.
Saterday ngifonelwa wuThabile lapha nje ngenhla kwasekhaya. Cishe kwakungabo 10 iskhathi uthi angizombhekela i-tv isilahle i network yavele ya blue i-creen sonke manje ubezimisele ngokubuka i-Springbok ne darby.
Nangempela nginyuke ngiyobona ukuthi ngabe kwenzakaleni. Ngifice bezihlalele nomunye ucc engingamazi bazidlela iwayini bazibukela imovie kwi lap top. Ngingene ngibingelele. "Unjani Mlungisi, oh uXolly lo u coleague wam. Xolly uMlue lo" kusho uThabile. Sazane kube kuhle bese enginika amaremote ayewabeke osofeni abahleli kuwo. Ngiyivule ngizame ukubheka ukuthi ngabe konakalephi ngingaboni lutho. Ngisondele ngibhekisise ngixakazise nexintambo ze decoder ngemuva. Kwavele kwathi bhanya isthombe. "Wuuuu🙌 siyabonga shame besengishilo nje ukuthi umuntu akasezukulibuka ibhola namhlanje" kusho uThabile ngenkulu injabulo asho emfakazela no Xolly.
Ngambona eya ngasekhishini uThabi wabuya ne-glass wathela iwayini. "Awushaye nawe nali igazi lemvana, ususebenzile Mlue" 😂. Ngithathe ngithi qhabu🍷 Mmm lisho ngobu sweet leliwayini and libanda kamnandi. Ngithi ukuhlala iskhashana ngisathokozela iwayini.

Comments

Please log in to add a comment.