ISlender - Part 3

Part 3

by nokwenza

Kwath ngenye imini ngizixoxela nomnganami ngimutshela ukuthi kwenzeka njani masenza umkhuba Umnganami wangitshela ukuthi umkhuba  lufana njengesport. Mina mele ngithole indoda ene experience ekutheni isidudla sidliwa kanjani.  Pho ngizoyitholaphi leyondoda futhi zokwazi kanjani ukuthi iyasazi isidudla.

Umnganami wangitshela ukuth umuntu Uma wakushela angimubuze ukuth wake wathandana yin nesidudla. Aike namike ngase ngenza njalo.

Babengishela abafana ngibabuz sewake wajola nesdudla Uma eke wathi cha sengiyadlula kuyena

Kwath ngenye imini ngothela upetrol egaraji ngahlangana nomfana uphethe amachips noswindi uyabadayisa angincome athi ngimuhle ngiyisitufuza esime kahle. Kumnandi ukuconywa phela asilikhulume lelo qiniso.

Aike uguy acele inumber yami ngimunike vele ngizishimele mina.  Igama lakhe usihle islenda nje ngathi uzophephuka muncane ngomzimba joh 

Mujana ngethambo bese Abe munyama. Cha yena ukude nokuba muhle.  Aike angifonele uguy ebusuku sixoxe engincoma nje nami ngikhululeke kuyena.

Ngimubuze wake wajola yin nesdudla asho ukuthi yena ujola nezidudla kuphela uyazithanda. Ngigcine sengithatheka ilomlisa uyafona akakhathali boh.

Yenake akayikhulumi indaba yokuth sizikhiphe ungincoma ubuhle bami nje. Aike ngimuqome nami umfana .
 Kudlule isikhashana asho ukuthi ucela ngimuvakashele.

Nginqene ukumuvakashela ngenhla yendawo ayisho ukuthu uhlala kuyona.  Ngimutshele ukuthi akavakashele mina okuncono. Aike afike nangempela.

Uzigqokele isikhindi sakhe nophaqa bakhe neshethi nje elizilengelayo oyed indoda yami nje le.

Aike sihlale endlini ulokhu engincomile akakhathali bandla. Ungiphathele neps  uchocolate.  Ngimukhombise indawo yokugeza ageze aphume nami ngigeze. Ngibuye ngimuyise ekamelwen sihlale khona  

Ngithe nje ngingena engubeni. Waphendukela kumina umfana wangisondeza eduze kwakhe wangiqabula. 

Nami ngamukela ngamuqabula siqabulane sakhumulana ngaba phansi waba ngaphezulu.

Comments

Please log in to add a comment.