ISlender - Part 1

Part 1

by nokwenza

Uyakwazi ukukhuliswa ngemfundiso kini. Into eyihlazo uyisabe uze ube mdala.

Igama lami ngiwuzinhle. Ngikhulele emlazi khona la ethekwini . Ekhaya bebehlezi bengitshela ukuth ngiyeke abafana ngifunde iskole ngize ngiqede.

Nangempela ngabalalela, okumfana bengingakufuni nje eduze kwami. Ngomzimba ngimukhulu kodwa nje ngiyisidudla esizithandayo futhi esime kahle.

Ubukhulu bami ngakhula nabo nje ngoba phela kusukela ngisayingane benginomzimba. Kahle kahlee umzimba wami lor into yasekhaya lol.

OK ke ngifunde ngiqede. Ngifundele nokuba udokotela ngiqashwe esibhedlela. Sengiqalile ngiyasebenza nginemoto yami nendawo yami yokuhlala.

Ngisuke varsity ngamthola umfana salala nje naye okuyena owathatha ubuntombi bami. Niyazike Nani izinto zase varsity kwaphela nje kanjalo.

Sengiyasebenza ngicabange ukuthi ngeke mele ngithole indoda nangempela angishele umfana.

Ubhuti nje sekhulile unomkhaba ufit ilenhlobo engithandayo. Phela ngine type nami. Angishele umfana sizikhiphe angikomuqomi siye nje ezindawen eziryt. 

Ngize ngithatheke ngempela bese ngiyamuqoma sithandane kube mnandi. Asikalali naye sijwayele nje ukuthi sikhiphane siyodla sibuye sizihlalele sibuke amamovie.

Lafika ilanga lokuthi silale. Nakhona sabooker ewotela sayolala khona.  Eyi angikaze ngibubone ubunzima obunjeya mina sekumele senze umkhuba.

Comments

Please log in to add a comment.