Isingiqedile inyanga ingikhwela

Part 1

by nokwenza

Ngingu mama nj osethe kukhulu ngoba ngineminyaka engu 33 ngila pretoria ngeke ngiyisho kuphi nendawo ngisebenza khona la ekhaya kuse Dumbe lento yenzeke ngo 2021 lento iqale kanje sadilizwa emsebenzin ngaye 2021 ngaya khaya mwsisilizwa kwathiwa sothala ama sms uma ungayitholanga ubuye okusho kuth msebenzi wakho save neh ngifike ekhaya nhliziyo yam ibuhlungu ngibazise ekhaya bengabi

Nankinga kodwa min lento iyangihlupha ngihlale kuth emva kuka 2months ngisekhaya kube khona omunye njr mgani wam ebesizwana naye kakhulu ngisela emakhaya yena  usebenzela ekhaya vele angitshele ngomunye nj baba amusho ngegama hhawuuu🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️ngithuke kakhulu athi lobaba uyasebenza wamsinza ekwenye nje inkinga enkulu ey ngithi nkinga yam ngiyazesaba nyanga athi  uzokusiza lobaba lo baba ukwenye ndawo khona la kzn ngeke ngiyisho ndawo ngoba uhloniphekile uyaziwa nj mpela sivuke ekusen silubhekise khona ekhaya ngith ngiyabuya ngasho ngiyaph bt bauabona ngihamba nomgan wam sihambe sifike kulobaba ngilubeke udaba avele ahleke mtanam khululeka #ngisakhumbula kahle nje into eyenza#ahleke bese ethi kulungile athi kulula ngizobuyela msebenzin ngijabule bese ethi ucela ngibuye ngedwa ntambama  ngoba ufuna min 

kumele angikhiphe loonke lelibhadi abangivake lona athi emsebenzin kunomsindo ukhuluma yonke lento uchithe amathambo phansi athi simisiwe sonke mayee yebo kunjalo kodwa wen ngeke ubuyele ngoba khona okumise kabi akakafun nhlobo nayii ntombazane yes vele kunjalo ngibone lobaba uyazazi indaba zakhe mntanam buya ntambama wedwa kumele ngikusebenze ngife njabulo sihambe ngifike ngilubeke udaba ekhaya iqiniso linjalo bangabi nanking

Ngibuyele ntambama ngafika ngabo 18H30 ebusika kuba mnyama early ebusika ngifike zingithathe ngane zingifake kwenye ndlu nje akusiyo le ebesikuyo  enye nj yotshani kuthi ngabo 20H00 afike lobaba bese ethi sizosebenza ubusuku bonke ngabi nsnkinga vele ngishilo nasekhaya.

Comments

Please log in to add a comment.