Idimoni lobufebe
Part 16
by nokwenzaKuse sengyacabanga ngzokwenzenjani ke manje 🙄.Silungise Sqede svalelise kumama sesyogibela imoto inkinga wonke umuntu uhamba ngeyakhe imoto sengsenkingeni ke kuthi ngzogibela yiphi🙄.Ngvele ngibatshele sisuka ay ngzogibela ekababumfundisi Gwala ngisho Lo we lunchbar🙄.Bavume angithi bonke balindele kuthi ngihamba nabo njengob ngilungisile nje🙄.Sihambe ke nomfundisi Gwala ehamba engithinta amathanga ethi umnandi .Angithi sisobabili emotweni lezinye ziyaslandela izimoto .Iqale ke inkinga lowesthupha useyafika phela kwakhe ebone imoto idlula la kmele asale khona mina angehli ashaye ihudi piiiiii.Ame umfundisi Lowe lunchbar ayehle abuze Lo shayihudi sekutheni nceku ethi sengfikile mina Khaya ethi kulungile nceku sobonana ngokuzayo eyongena motweni siqhubeke sambe sengimincele Lo weslenda ke manje Naye afike la ajika khona ashaye ihudi ame uGwala aye kuye ambuze futhi esho kuthi sufikile athi kulungile nceku sobonana Angene motweni amaphaphu Ehle ke manje sengihamba nowe lunch bar 💃.
Comments
Please log in to add a comment.