Hhawu ngemfaduko yami

by nokwenza

Ibhalwe ngu Peal

Sekukade ngiqhanyelwe. Ngifuna umthondo kababa wasekhaya.

Ngiyapheka lapha ekhishini. Naye ukhona lapha uloku eya le na le. Wenza ngathi uyanceda kanti akasakwazi ukuzibamba. Ufuna ukungibhuqabhuqa phansi ezikholisa ngesibumbu sakhe samalobolo.

Akuve kumnandi ukuhlala nesthandwa sakho nje endlini yenu. Akukho ndawo esingakaze siyibusise. Ekhishini. E dining room. Egarage. Eshaweni. Ayiphathwa ke eyekamelo.

Ngifake i short ye jean. Uyayibona lena eveza imiphetho yezinqe. Ngifake le hi heel ebomvu. Ngiyazi uVusi uvele ahlanye uma ngiyifakile. Uyazi ukuthi ma ngifake yona ngisuke ngisha amashushu, ngimfuna la. Angihambi ngayo emphakathini. Ingenye yamathuluzi othando lwethu.

Ngime kahle. Imilenze yami mihle, ithe ukuba negwegwe elingagqamile. Kanti ngipakishile futhi. Le heel ma isihlangene nale short yami igqamisa yonke into. Izinqe amahips kuhlala obala. Ngibe sexy more. Hhayi ngoba ngidinga uncedo. Ngimuhle ngaphandle kwemizamo.

Ngifake i top ende e khava I short. Iyi see through ibonakalisa i wonder bra yami ebomvu. Amabele ami awakancelwa asaqinile. Ubra uwenza adlulele.

UVusi,umyeni wami usefile wukuhala. Kodwa ngizenza ngathi angikho kuleyongqondo. Ngizilibazisa ngokuqoba ama veg nokunonga amabhodwe. Kodwa futhi ngihambahamba sexy la ekhishini loko okunganakekile, kodwa okubonwa wokumfanele.

Lapho sobhebhana khona kovutha umlilo.

Ngime ngithi ukugxamalaza ngiqoba izaqatha.Ngizwe ihug kaVusi evela ngemuva, engifaka izandla lapha phansi kwamakhwapha. Izandla zakhe ziwathi nkamfu amabele ami. Ziwamfonyomfonyoze. Umzimba wakhe uthe ne emhlane wami. Enze sengathi uyafenda. Apitshize izinqe zami. Zehle kancane izandla zakhe ngesisu sami. Zigcine seziphathaphatha u zip we jean. Uvume wehle. Kumpintshekile kodwa. Afake izandla aphulule izinza zami. I jean short ihamba yodwa akukho phenti.

Kuthi angilingeke ngimvulele. Ngiqinisele. Ngiqhubeke namacarrot yena ngimdudulele le ngezinqe zami.

“Zibambe.” Ngisho nami ngizwa ukuthi sengimanzi.

“Angisakwazi Pearl.” Esho ehamba eyohlala ku sofa. Ngimhleke nje. Akuve kumnandi ukuba on fire, isikhathi eside wazi ukuthi ungawucisha noma nini umlilo ma uthanda.

Kusenjalo kungqongqoze muntu mumbe. Ubani ke loyo? Ngisho ngenhliziyo ecasukayo. Ngiyazi kunjalo nakuVusi.

Abangani bethu bangaphesheya komgwaqo. I couple endala nje kunathi. Kodwa sijwayelene nje. Sasithembisane i dinner kodwa bengizitshela ukuthi kukusasa. Ngaze ngakumosa ukuqhanyelwa.

Ngiphuthume ekameleni ngidonse i wrap around skirt yami ngiyigqoke ngikhumule ishort. Ngishintshe ne top. Ngifake amaphush in. Ngiphume ngiyokwamukela izivakashi ngingasatholanga isikhathi sokufaka iphenti.

Ngenhlanhla bengipheke kwakuningi. Sizodla kahle sonke.

Asiphuzi layikhaya kodwa sihlale sibahlinzekile abahlobo bethu. Kunezimhlobonhlobo ze hot stuff newayini.

Masiqeda ukudla, ngizizwe ukuthi angisakwazi ukubekezela. Ngicele uVusi ukuthi alande I wine. Ihlala e garage ekhabetheni layo. Akhona amabhodlela asendlini. Kodwa makulandwa amabhodlela e garage kusuke kweqiselwa umuntu ongazi.

Umnyango ophumela egarage usekhishini. Aphume uVusi. Ngimlandele. Ngikhiye umnyango. Ngiqonde kwi bonnet ye merc. Ayikabandi qa kusukela uVusi ebuye ngayo esitolo.

Ngilale ngesisu. UVusi angabe esabuza. Aphakamise isiketi asibeke eqolo. Ngicokame, ngimvulele imilenze. Ngenkathi ngithi usakhumula ibhulukwe. Ngimuzwe esewushaya phakathi. Ahlukane amalebe ami ngiye ngisizwe phakathi isibhombolozi somyeni wami. Zithi ukuwushiya umhlaba izinyawo. Kodwa awukhiphe wonke futhi. Awujikijele. Ngiphakame futhi. Enze kanje ephindelela. Kuyasheshwa la. Okumqoka ukuchama, hhayi ukulalela ukuzoyiza kokubhebhana.

Athi ukuhlehla. Angibhebhe ngekhingqi kuphela. Ithi nje lungu iphume imamba. Lungu. Phuma. Lungu. Phuma. Asheshise.

Ngiloku ngizibambile. Phela kuthi angiklabalase ubumnandi. Ngidubule. Yena engakachami. Asheshise esengasanginakile mina ngoba sengenele. Isibumbu sami simanzi yixhaphozi. Kungathi inesidoda kanti lutho. Sekukhala ubumfoxomfoxo.

Ngiye ngisizwe sichitheka ngaphakathi isidoda sakhe. Amonyuke. Akhuphule ibhulukwe. Adonse ibhodlela le wayini angene ekhishini. Alithi gqi eduze kwestofu adlulele ekamelweni. Ayozisula.

Nami ngimlandele. Ngibone ngeke ngifike ekamelweni. Phela inyibilika yesidoda namafutha emomozi yami kwehla ngamathanga.

Ngihoshe imfaduko entsha. Ngigxamalaze ngigobe ngizisule ngayo.

Ma ngiphakamisa amehlo. Nangu losisi ovakashile.  Ungibuka ngamehlo angaqondi abuzayo futhi.

Ngithathe ama glass e wine nebhodlela. Ngimshiye ebanjwe ugesi, eyisiduli, umka Loti. Lowo owabona okungabonwayo.

Source: phentiza.com(now inactive)

Comments

Please log in to add a comment.