Abheke ukuthi kuphephile yini uZwe...abese eyibuyisela eceleni imoto apake kude noFreeway ibheke le ezinkalweni. Sekusukile futhi lokho. Awasasuki amehlo bagqolozelene selibadudulile igagasi lokuqhanyelwa, lihamba nabo manje. Baphefumulela phezulu banamathelene ngamehlo, akekho okhulumayo. "Manje uzokwenze njani bhuti" aphinde abuze uVee. Selishintshile manje nezwi. Selisholo phansi kodwa lokhu okujulile. Akayekile ukuzithinta, uzithinta engathi akanakile. Amathanga, isisu, amabele, intamo...uzithinta yonke indawo nje. Akawugqoki vele nje uBra uVee. Ibele limile izingono zisho ukugqobhoza ivest. UZwe useconsa mathe naye manje. Umugijima umzimba wonke ngamehlo uMthondo wakhe uvuvukele usudwebekeli kwi Trackpant. Abe semuphuthumile...amufake izandla phakathi kwamathanga. Uyamuphuzatha uyashesha ngathi khona akujahile, ujahe iNgquza. "Mhmm mmgh. Bhuuuuuti ima kancane." "Ungajahi Zwe, eyakho bhuti....musa ukujaha." Usemehlo bovu uZwe bandla, uqhanyelwe uyafa. "Ngiphulule nje kahle ungajahi, ngifuna ukuzizwa kahle izandla zakho zigijima emathangeni ami...mhmmm nazoke kanjalo nje Bhuti." Useyafenda uVee manje uhambisana nalomphululo omnandi ogijima ingaphakathi lethanga, eliFreeesh. Isimanzi te iTrackpant ikhingqi liyavuza kuZwe. Ufuna iNgquza la. Sesiphakathi ePipini isandla saVee. Siwufumbethe manje uMthondo. Isibhombolozi ayihlangani neminwe. Aliyabule iPipi alikhiphela ngaphandle. Aliqale ekhingqini aliphulule ehle nalo. Uma efika ekugcineni athi ukuligcindezela kube ngathi uyalikhama. "Mmmmmh aah." Akhale, afende, avale namehlo uZwe. Acindezele kakhulu uVee ePipini ngesendla bese liyaconsa. Ijuze incene yehle ngomthambo ongaphansi kweKhingqi. Athi mebona ukuthi uBhuti wakhe uvale amehlo, avele ashone phansi ngekhanda uVee. Akhiphe ulimi alubeke kahle ngobunono bese ekhoth' incene le ejuzayo anyuke nayo aze ayomumatha ikhingqi. "Haaaaahaaaaa mhmmm." Uyagoqana uZwe uzwa ukushisa komlomo ekhingqini. Into angakaze ayizwe nhlobo. Ubumnandi. angabazi nhlobo. Uqedile ke ngaye uVee manje. Aqhanyelwe kakhulu uZwe, uqine ube ugodo uMthondo emlonyeni kaVee. Ushise uthi bhe. NoVee uyezwa ukuthi ngathi seliqine ngendlela eyismanga leli Pipi. Useyalilangazelela ngempela ke manje, alishaye ngendlwabu iPipi laBhut'wakhe akhothe ikhingqi azungeze nalo ngolimi. Iyona lento eyaqala imizwa yocansi phakathi kwabo, ukukhothwa kwePipi. Iyona lento eyabaholela kucansi olumnandi ngokuyisimanga. Uyafenda manje uZwe. Uzama ukulifaka lonke iPipi emlonyeni kaVee, uphakamisa izinqe azizungezise zihambisane nolimi laVee olushisa kamnandi oluzungeza iKhingqi. NakuVee uBhontshisi uyaluma manje. Uyalizwa iGolo uVee ukuthi seliyamfoma ugovozile manje ufuna engathi ingabanjwa iNgquza...mhmmm isgqebhe sesinyuke sonke amathanga ahlala obala.
Please log in to add a comment.